Godongwana becomes Dingiswayo
Ngenxa yokukhula kweNkosi uJobe (ozala uGondongwana) , amadodana ayo ahlala phansi avumelana ngokuthi sekumele kubekwe omunye ozohola isizwe sakwaMthethwa.
Unfortunately for them Chief Jobe wagcina ezwile ngaloludaba wathuma amabutho ukuthi ayobulala onke amadodana akhe .
The plan was, makudliwa esibayeni azongena amabutho awagwaze ngemikhonto amadodana akhe onke.
Kwenzeka njangamagama enkehli , iphutha kwaba ukuphunyuka kukaGodongwana . Wabaleka wayongena ehlathini . Wahamba waya esizweni samaHlubi eyocasha.
AmaHlubi dared him ukuthi ahambe aye entabeni abuye nezinyane lebhubesi just to prove ukuthi uyindodana yenkosi ngempela. He did as told , wabuya nalo izinyane , amaHlubi avuma ukumelapha .
UGodongwane walulama , wabuyela kwelakubo mayezwa elokuthi ubaba wakhe akasekho.
It is because of this that uGodongwane was given the name “Dingiswayo” , ngoba waDingiswa ezweni lakubo.
Ilapho ke abantu bakubo bamupha izibongo ezithi , “umafa avuke njengedangabani” ngoba kwakukholelwa ukuthi ufile .
idangabani - ukhula olungasuseki kalula
Comments
Post a Comment